Uyavika, Uyaphindisela, Uyagadla, Uyisigezo Sombango, Uyisigezo sezichitho, uklina igazi nesikhumba, uyisichitho sokubakhipha,uyazilwela uma useganzini.
Unukani othakiwe uyikhambi elinamandla ezicithweni, izibango kanye nokuchupha, ulwa kakhulu izimpi zombango uma ufuna ukuphuma phambili. Lomuthi odwa umbango wezothando, umbango wehnlanhla nomesebenzi uyinduku enhle yokweleka abantu ngesicitho uma banga nabo. Lomuthu wenza konke uma ukusebenzisa njalo.
Nongxamela Herbs Nukani Wezichitho
R140.00
Description
Usebenza Kanje: Gquma, Geza, Phalaza, Chatha ngawo
Kanti uyawenza imbiza eyisigezo semizwa sabafazi namadoda uma upheke bese ufaka esigubhini uphuze half nkomishi zonke izinsuku kabili.




Reviews
There are no reviews yet.