-
Uyavika, Uyaphindisela, Uyagadla, Uyisigezo Sombango, Uyisigezo sezichitho, uklina igazi nesikhumba, uyisichitho sokubakhipha,uyazilwela uma useganzini. Unukani othakiwe uyikhambi elinamandla ezicithweni, izibango kanye nokuchupha, ulwa kakhulu izimpi zombango uma ufuna ukuphuma phambili. Lomuthi odwa umbango wezothando, umbango wehnlanhla nomesebenzi uyinduku enhle yokweleka abantu ngesicitho uma banga nabo. Lomuthu wenza konke uma ukusebenzisa njalo.


