Inqaba Yembube

  • Umhlabelo wamathambo olapha ithambo eliphukile noma umthungo mwahlinzwa Lomhlabelo uhlumisa ithambo uphinde ulihlanganisa Volume: 300g
  • Lolukhamba lubuyisa idlozi melaphumela ngaphandle kwekhaya laduba ikhaya ngenxa yomsindo owaba sekhaya noma inxabano eyaba sekhaya noma inxabano eyaba khona emndenini kwaze kwadinwa idlozi laphumela ngaphandle kwekhaya. Volume: 300g
  • Sikhafulo sokubuyisa ozwana naye naye sekwalile. Thatamanzi olwandle uwafake eniphini abengu hhafu mese ugcwalisa ngamanzi ahlanzekile ufake neconsi lomchamo wakho. Volume: 150g
  • Isiwasho esibulala imithi emibi esegazini okanye owagcatswangayo umuntu owayethi uakwelapha kanti uyakuphambanisela ukuncolisela idlozi kuze likuphendukele likwakhele amashwa izinto zakho zingalungi. Volume: 300g
  • Uthandwabantu usanodumo masebenza ngabantu usanenhlanhla yemali uqinisa uthathando kumlingazni wakho abheke wena angabanani abanye uthandwa ngabaphathi bhako lapho osebenza khona qeda kungazwani emndemini wenza umdeni uthandane uqondisa nedlozi malikuflathela lingakulandeli nxawuhamba nomalingakuvikelo engozini wenza abantu seyalelane ngokuthi basizakala kuwena masenza ngabantu uxosha amashwa okuzondwa ngabantu noma ungxabene nabo. Uthandwa nabelungu ubanezesheli uthandwa ngabantu sesifazane mawuyinsizwa. Volume: 300g
  • Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
  • Amafutha axosha isilwane noma utikoloshe olala nawe ebusuku uziphuphe wenza ucansi, xosha isilwane esivala inhlanhla yemali. Volume: 100ml
  • Isiwasho sabafundi. Isiwasho esisiza ingane enomqondo ovilaphayo esikole enenkinga yokuphinda ama class efeyilayo, enomqondo ovilaphayo esikole ongasheshi ukubamba ezifundweni lesiwasho siqaqa umqondo engane ihlakaniphe esikoleni. Lesisiwasho sihamba nombhemiso osiza ingane ukuze ihlakaniphe esikoleni, umbemiso ulungele ukubhenywa ingane eneminya eqala ku 6 years ubudala muhlekakhulu umbemiso enganeni mesencane ikhula inomqondo osheshayo mawuzoyi bhemisa isencane. Volume: 300g

Title

Go to Top