Isiwasho

  • Sivula yothando nogazi thandeke kubantu nakumuntu wakho.
  • Unambuzelwa, unesdina, Unengqwaliso, Waliwa, Uqxothwa, Ubukhepe, Izintwala
  • Ugumashonisa kodwa abantu bakunika inkinga uma sekumele babuyise imali yakho Usebenza ngabantu kodwa uma sekumele bakhokhe bayabaleka Imali zakho zigcwele umhlaba bayabaleka abakhokhi babika inkinga ezingini Ake sibanalande bazokhokha, bayozifikela bona kuwe ngokushesha Uzowukhulumisa lomuthi usho ukuthi abubye ngokushesha bazokhokha imali yakho Bazolhi bekuchabanga nje bashawe uvalo.
  • Esomuntu ofusa umsebenzi, umuntu ofesayo Sikuvulela inhlanhla uma uyofesa uvele ugqame kubaqashi Siqaq amafindo nezibophe ezafungwa ukuthi awusoze wasebenza Siyageza ubemuhle uthandeke nokhule kululandele bayathanda abathandi uzophumelela Sikhulumise lesiwasho usho konke ofuna kwenzeke Faka imali emhlophe phakathi ukhuleke ucele amadlozi asekhaya akukhanyisele uthole umsebenzi
  • Susa isinyama esivala izinto zakho zingakhanyi Uhlushwa isilwane  ebusuku silala nawe uvuke umanzi Shaya lesilwane esikucindezelayo ebusuku njalo Akusahambi kahle nasempilweni izinto zimnyama Nasothandweni akulungi, re;ationships awa-last ngoba ulala isilwane, izinto zakho zimnyama
  • Isiwasho Unginakile Umuntu wakho unamathella kuwe akunake uthando Umuntu wakho ubheka wena anamathele kuwe Zomlandela, akafuni lutho ngawe Uhleka yedwa uma ekubona amamatheke uthando Thando luvutha umlilo,injabulo imfudumalo.
  • Pink Water Isiwasho Sothando Sivula inhlanhla yothando neyemsebenzi Sivula nogazi uthandeke kubantu nakumuntu wakho Okuhle kuyakulandela lapho uhamba khona Sinobheka mina, lapho uhamba khona utanconywa kuphendukwa nawe Sivula neminyango evaliwe abathakathi ukuthi ungaphumeleli empilweni Sikhulumise usho konke kwenzeke empilweni.
  • Inhlanhla Yedlozi Isiwasho senhlanhla yedlozi lako Malume Isiwasho esinamandla kakhulu Uyasikhulumisa ujule ubize idlozi lakomalume likhanyise Cela bavule yonke iminyango evalekile kuhanye kube kuhle Faka imali elimhlophe phakathi kwalesiwasho kuqala ngaphambi kokusisebenzisa asihlale sinemali emhlophe.  
  • Thandeka Emsebenzini Thandeka Emphakatini Thandeka nakumuntu obabisana Ubanogazi oluvutha amalangabi Awuncengi uyancengwa Isqabu hlanganisa nentoyakho yokucoba
  • Isambulo sicacisa amaphupho akho Ukhanyisa Izinto Zakho Ukuvulela nezinhlanhla zakho Isusa Isdina Nokungathandeki Ebantwini.
  • Uma uhlala nomuntu wakho, thatha amabodlela amabili kaMakhasondela elodwa uyalivula ulkhulumise ultshele ukuthi likwenzeleni, awulincengi, uyalitshela, mese ucontsisa phantsi emgodini wase chekeni, mese uyali vala ibodlela ulifake phakathi kuloyomgodi uqibe nalo, izothi lo wesilisa noma wesfazane mengena echeken, lentho izoshesha njengomeqo wothando aqale adantsele isginci sakho ezwe ngawe. Nasekonzweni yasekamereni uyagcobisa ngasezansi esibayeni ukuze make washaya abambeke adedelenasemalini.
  • Uma Ungathandeki emsebenzini emphalathini Emndenini kanye nasemicimbini lesisiwasho sikwenzela ukuthi abantu bakwamukele Bakukhathalele baphinde bakulamulele kukho konke. La okukhonakhona wena abantu abadeli wena. Isqabu esiphakathi hlanganisa nentoyakho yokucoba.

Title

Go to Top