Inqaba Yembube

  • Umhlabelo wamathambo olapha ithambo eliphukile noma umthungo mwahlinzwa Lomhlabelo uhlumisa ithambo uphinde ulihlanganisa Volume: 300g
  • Lolukhamba lubuyisa idlozi melaphumela ngaphandle kwekhaya laduba ikhaya ngenxa yomsindo owaba sekhaya noma inxabano eyaba sekhaya noma inxabano eyaba khona emndenini kwaze kwadinwa idlozi laphumela ngaphandle kwekhaya. Volume: 300g
  • Isiwasho esibulala imithi emibi esegazini okanye owagcatswangayo umuntu owayethi uakwelapha kanti uyakuphambanisela ukuncolisela idlozi kuze likuphendukele likwakhele amashwa izinto zakho zingalungi. Volume: 300g
  • Uthandwabantu usanodumo masebenza ngabantu usanenhlanhla yemali uqinisa uthathando kumlingazni wakho abheke wena angabanani abanye uthandwa ngabaphathi bhako lapho osebenza khona qeda kungazwani emndemini wenza umdeni uthandane uqondisa nedlozi malikuflathela lingakulandeli nxawuhamba nomalingakuvikelo engozini wenza abantu seyalelane ngokuthi basizakala kuwena masenza ngabantu uxosha amashwa okuzondwa ngabantu noma ungxabene nabo. Uthandwa nabelungu ubanezesheli uthandwa ngabantu sesifazane mawuyinsizwa. Volume: 300g
  • Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
  • Ikhubalo lokuvala isilwane, leli khubalo elokuvala isilwane, mabelethiswe isilwane esihamba nawe. Isilwane esingena phakathi kwenu manyiya enkonzweni yasekamelweni sinibulale imizwa yokuwenza ucansi nibenenxababo nomlingani wakho noma uyofuna umsebenzi sihamba phambili sifike sivalo inhlanhla yokuthi uthole umsebenzi. Isilwane esithatha imali masebenza ungayiboni kuthi iphelelaphi. Volume: 250g
  • Ukhamba olugeza idlozi umalincolile noma abantu abangasekho abahamba bengageziwe ababefe ngezigozi bangagezwa siphinde sigeze nemimoya yabantu abafa besemagobongweni nabahambabegcobe ibomvu nemicako. Volume: 250g
  • Ukhamba lokubuyisa inhlanhla mawa valwa inhlanhla noma wathwetsulelwa izipho zakho owazalwa nazo ngenhloso yokuthi bafisa ukusebenza ngesiphiwo sakho. ufaka lonke lolukhamba ebhakedeni eluwu 5 litre. Bese abulalal inkikhu emhlophe ufake igazi nenyongo kulolu khamba. Bese faka ishumi lihlale kulolukhamba oluku 5 litre. Ukhanyisa ibani eziwu 4 bese uqunga lolukhamba ukhulume uthi Nina bakomalume nabakithi ngicela ningibuyisele inhlanhla eyavalwa imfamona ezifuna ngingaphumeleli ngicela ningilandele inhlanhla eyathwetsulwa kimi akubuye inhlanhla yemali, inhlanhla yomsebenzi inhlanhla yemfuyo nakhokonke engazalwa ngifukumbethe ningikhanyisele endleleni zami zokuphila emagumbini amane omhlaba ngicela ukhanya ngicela inhlanhla ngiphumelele. Izibani ezisetsenziswayo blue, yellow, green, white. Volume: 250g
  • Lesiwasho sisiza umabekugadla ngemithi emibi noma bekuphosa ngezibhobo. Siphindisa emuva kubuyele kumnikazi wakho okuthumelayo, sixosha nesilwane uma bekuthumela ngaso sibuyela emuva kumnikazi waso. Volume: 300g

Title

Go to Top