-
Lentelezi isiza ekulweni nomoya ababhi nabathakathi abulthumela ngemithi emibi ehamba nesilwane esenza ningazwani ekhaya niwumndeni nihlale nixbana nodwa Ibulala imithi emibi abayifaka egcekeni iphindisele isilwane kumnikazi waso Lentelezi yenza ukuthi umuntu okwenza okubi avele obala aphaluluke Iyasiza mawunezitha namemsebenzi ezihlangene ngawe nefuna nkuxoshisa emsebenzini iyazihlakaza izithazakho kuxoshwe zona zixabane zodwa izitha Iyasiza mane nkinga yemali enggahlali esandleni Iyasiza nasemabhizinisini ixosha imoya emibi eval imali. Volume: 300g -
Isiwasho sabafundi. Isiwasho esisiza ingane enomqondo ovilaphayo esikole enenkinga yokuphinda ama class efeyilayo, enomqondo ovilaphayo esikole ongasheshi ukubamba ezifundweni lesiwasho siqaqa umqondo engane ihlakaniphe esikoleni. Lesisiwasho sihamba nombhemiso osiza ingane ukuze ihlakaniphe esikoleni, umbemiso ulungele ukubhenywa ingane eneminya eqala ku 6 years ubudala muhlekakhulu umbemiso enganeni mesencane ikhula inomqondo osheshayo mawuzoyi bhemisa isencane. Volume: 300g -
Ukhamba lokubuyisa inhlanhla mawa valwa inhlanhla noma wathwetsulelwa izipho zakho owazalwa nazo ngenhloso yokuthi bafisa ukusebenza ngesiphiwo sakho. ufaka lonke lolukhamba ebhakedeni eluwu 5 litre. Bese abulalal inkikhu emhlophe ufake igazi nenyongo kulolu khamba. Bese faka ishumi lihlale kulolukhamba oluku 5 litre. Ukhanyisa ibani eziwu 4 bese uqunga lolukhamba ukhulume uthi Nina bakomalume nabakithi ngicela ningibuyisele inhlanhla eyavalwa imfamona ezifuna ngingaphumeleli ngicela ningilandele inhlanhla eyathwetsulwa kimi akubuye inhlanhla yemali, inhlanhla yomsebenzi inhlanhla yemfuyo nakhokonke engazalwa ngifukumbethe ningikhanyisele endleleni zami zokuphila emagumbini amane omhlaba ngicela ukhanya ngicela inhlanhla ngiphumelele. Izibani ezisetsenziswayo blue, yellow, green, white. Volume: 250g


