-
Sivula zonke inhlanhla zakho ezivalekile abathakathi Sivula amathuba omsebenzi Siqaqa izibhopho ezifungiwe ngaphansi kwegama lakho Siyakhanyisa izinto zakho uphulele empilweni Okuhle kyakulandela Sijabhisa asebefungile bathi bakuvalile awosoze waphumelela empilweni Faka imali emhlophe usikhulekel lesiwasho amandla. -
Isiwasho Mpindamshaye Siyaphindisela kuzitha zakho esikugadlayo ebusuku Induku zabo zijika bona abathakathi nabangani ababi awubizi gama lamuntu, kodwa uphindisela okubi emuva kubanikazi Sishaya bonke abakuphahlela amanzi amnyama ebusuku Izitha zakho ziphumela obala zigadlane zodwa Zishaya bonke abakucindezelayo ukuthi ungaphumeli empilweni -
Isibunge Sokudonsa Imali/Business Sidonsa imali, clients and business Siyasiza uma usebenza ngabantu or uyadayisa, tuck shop owner Awuvaleki emalini, uyasikhulumisa ubize imali ingene Esomuntu one business elincane or elikhulu Uma imali ingangeni esigodlweni, shisa lana ukhulume Kuhlezi kuphithizela endaweni osebenzela kuyona Sigxosha imimoya emibi evimba imali ukuthi ingangeni ebusiness lakho.


