-
ISibunge Sokugeza Sidonsa imali uma ikuphunyuka ingahlali Usuphila ngomashonisa uyasebenza, uyohola imali iphelela ezandleni Impilo isimile, izinto azilungi, uhlezi uphunuyukwa imali imali ivele inyamalale ungazi nokuthi uyenzeni or wenzeni ngayo usucwilile ezikweletenini ngoba uphila ngomashonisa Susa amathunzi kuqala/isichitho ukuze sikusebenzele lesibunge. -
Uyavika, Uyaphindisela, Uyagadla, Uyisigezo Sombango, Uyisigezo sezichitho, uklina igazi nesikhumba, uyisichitho sokubakhipha,uyazilwela uma useganzini. Unukani othakiwe uyikhambi elinamandla ezicithweni, izibango kanye nokuchupha, ulwa kakhulu izimpi zombango uma ufuna ukuphuma phambili. Lomuthi odwa umbango wezothando, umbango wehnlanhla nomesebenzi uyinduku enhle yokweleka abantu ngesicitho uma banga nabo. Lomuthu wenza konke uma ukusebenzisa njalo.


