Impande Yamanzi

  •   amafutha adonsa inhlanhla Akwenza uthandeke ube nogazi kubantu nakumuntu wakho Inhlanhla uma ngumuntu othanda ukugembula.
  • Hlambulula isithunywa nedlozi lakho Susa Isidina nesinyama esival izinto zakho. Qeda umzimba olumayo. Yenza isikhumba sakho sibe sihle siqhakaze.
  • Phindisela emuva kubanikazi Shaya Izitha zakho Ziyahlakazeka zixabane zodwa Geza ukhulume ungabizi gama lamuntu
  • Siyphindisela kuzitha zakho esikugadlayo Induku zabo zijika zishaye bona abathakathi nabangani ababi. Awubizi lamuntu, kodwa uphindisela okubi emuva kubanikazi Sishaya bonke abukuphahlela amanzi amnyama ebusuku IZitha zakho ziphumela obala zigadlane zodwa Zishaya bonke abakucindezelayo ukuthi ungaphumeli empilweni.
  • Amafutha adonsa inhlanhla yemali Imali Iyakuthanda iyakulandela
  • Uba nolimi olushelelayo uma ukuluma nabantu.
  • Siphindesele okubi imithi nezichitho emuva kubanikazi Induku zabo zijikela bona bashayane bodwa Wena uyasisebenzisa kodwa ungalbizi igama lomuntu Uyajula ukuhulume awuncengi muntu lana, usempini Okwenza okubi kuyophindela kuye sekuphindiwe.
  • Isiwasho esigxazulula inkinga phakathi komndeni namathonga uma ningazwani Uyasikhulumisa lesiwasho Khanyisa ikhandlela elimhlophe ubize abadala ubike inkinga.
  • Sivula inhlanhla yakho eyathwershulwa abathakathi Siqaqa zonke iziboshwe ezaboshwa ngaphansi kwegama lakho Sivula inhlanhla yemali, umsebenzi, uthando. Uma wazalwa wenbethe kodwa inhlanhla zakho sezivalekile Siyakhnyisa uphumelele empilweni, okhule kukulandele Faka imali emhlophe ngaphambi kokusisebenzisa lesiwasho ukhuleke.
  • Sivula Impumelelo Siqaqa amafindo okuhle kukulandele Sivula Iminyango evalekile Indlela zakho zibmhlophe ziyakhanya.
  • Qeda ukhuphe nephunga elibi emzimbeni Umzimba olumayo Izinduna Ezimbi Ezivela esikhaleni Ukugqungqa komzimba
  • Susa Isichitho sezinduna Umzimba olumayo Ukhuphe, ukugqunqa ubusweni

Title

Go to Top