Impande Yamanzi

  • Ugumashonisa kodwa abantu bakunika inkinga uma sekumele babuyise imali yakho Usebenza ngabantu kodwa uma sekumele bakhokhe bayabaleka Imali zakho zigcwele umhlaba bayabaleka abakhokhi babika inkinga ezingini Ake sibanalande bazokhokha, bayozifikela bona kuwe ngokushesha Uzowukhulumisa lomuthi usho ukuthi abubye ngokushesha bazokhokha imali yakho Bazolhi bekuchabanga nje bashawe uvalo.
  • Imali iyakuthanda. Iyakulandela. Uyaphiwa ngisho ungayicelanga.
  • Susa isinyama esivala izinto zakho zingakhanyi Uhlushwa isilwane  ebusuku silala nawe uvuke umanzi Shaya lesilwane esikucindezelayo ebusuku njalo Akusahambi kahle nasempilweni izinto zimnyama Nasothandweni akulungi, re;ationships awa-last ngoba ulala isilwane, izinto zakho zimnyama
  • Isiwasho esinamandla kakhulu esithakwe ngeizinduku eziningi Sivula inhlanhla yomsebenzi, thando, ugazi, imali Sihlambulula amathunzi amnyama avala izinto zakho zingkhanyi Unzoimanga uqobo lesiwasho Umavula zonke, siyahlambulula amathunzi bese siyakhanyisa Sivula iminyango ekukhiphela empumelelweni Imali iyakulandela kunjalo nenhlanhla Faka imali emhlophe amashumi 5 bese uyasikhulela ujule
  • Susa isichitho samacala, sephunga elibi Uphupha ugwaza, udutsulwa, imineke, izimpethu, amaxoxo,udlau Uphupha amanzi angcolile, wenza sex, amakaka uzingcolisa ngawo Unesdina kubantu, izinto zakho zimnyama, uthando alu last Emsebenzini akuhambi kahle, isihlezi uxbana nomuntu wakho Uhamnjwa izinto ebusweni, umzimba uyaluma, ukkhuphe, izinduma ebusweni Akukho okulungayo empileini, izinto zimile kumnysms Amadoda/ Abafazi abahlali bayakushiya njalo Siyaphindisela kuzitha zakho nabakugadlayo
  • Esomuntu ofusa umsebenzi, umuntu ofesayo Sikuvulela inhlanhla uma uyofesa uvele ugqame kubaqashi Siqaq amafindo nezibophe ezafungwa ukuthi awusoze wasebenza Siyageza ubemuhle uthandeke nokhule kululandele bayathanda abathandi uzophumelela Sikhulumise lesiwasho usho konke ofuna kwenzeke Faka imali emhlophe phakathi ukhuleke ucele amadlozi asekhaya akukhanyisele uthole umsebenzi
  • Pink Water Isiwasho Sothando Sivula inhlanhla yothando neyemsebenzi Sivula nogazi uthandeke kubantu nakumuntu wakho Okuhle kuyakulandela lapho uhamba khona Sinobheka mina, lapho uhamba khona utanconywa kuphendukwa nawe Sivula neminyango evaliwe abathakathi ukuthi ungaphumeleli empilweni Sikhulumise usho konke kwenzeke empilweni.
  • Isiwasho Maliyavuma . Sidonsa Inhlanhla yemali . Imali iyakuthanda iyakulandela . Uba nenhlanhla yayo futhi imali . Uyayiphiwa ngisho ungayicelanga
  • Ikuxhumanisa nedlozi lakho Cacisa amaphupho akho Iyishlambululo.
  • Susa Isichitho sezinduna Umzimba olumayo Ukhuphe, ukugqunqa ubusweni
  • Qeda ukhuphe nephunga elibi emzimbeni Umzimba olumayo Izinduna Ezimbi Ezivela esikhaleni Ukugqungqa komzimba
  • Sivula Impumelelo Siqaqa amafindo okuhle kukulandele Sivula Iminyango evalekile Indlela zakho zibmhlophe ziyakhanya.
  • Sivula inhlanhla yakho eyathwershulwa abathakathi Siqaqa zonke iziboshwe ezaboshwa ngaphansi kwegama lakho Sivula inhlanhla yemali, umsebenzi, uthando. Uma wazalwa wenbethe kodwa inhlanhla zakho sezivalekile Siyakhnyisa uphumelele empilweni, okhule kukulandele Faka imali emhlophe ngaphambi kokusisebenzisa lesiwasho ukhuleke.
  • Isiwasho esigxazulula inkinga phakathi komndeni namathonga uma ningazwani Uyasikhulumisa lesiwasho Khanyisa ikhandlela elimhlophe ubize abadala ubike inkinga.
  • Siphindesele okubi imithi nezichitho emuva kubanikazi Induku zabo zijikela bona bashayane bodwa Wena uyasisebenzisa kodwa ungalbizi igama lomuntu Uyajula ukuhulume awuncengi muntu lana, usempini Okwenza okubi kuyophindela kuye sekuphindiwe.
  • Uba nolimi olushelelayo uma ukuluma nabantu.
  • Amafutha adonsa inhlanhla yemali Imali Iyakuthanda iyakulandela
  • Siyphindisela kuzitha zakho esikugadlayo Induku zabo zijika zishaye bona abathakathi nabangani ababi. Awubizi lamuntu, kodwa uphindisela okubi emuva kubanikazi Sishaya bonke abukuphahlela amanzi amnyama ebusuku IZitha zakho ziphumela obala zigadlane zodwa Zishaya bonke abakucindezelayo ukuthi ungaphumeli empilweni.
  • Phindisela emuva kubanikazi Shaya Izitha zakho Ziyahlakazeka zixabane zodwa Geza ukhulume ungabizi gama lamuntu
  • Hlambulula isithunywa nedlozi lakho Susa Isidina nesinyama esival izinto zakho. Qeda umzimba olumayo. Yenza isikhumba sakho sibe sihle siqhakaze.
  •   amafutha adonsa inhlanhla Akwenza uthandeke ube nogazi kubantu nakumuntu wakho Inhlanhla uma ngumuntu othanda ukugembula.

Title

Go to Top