Impande Yamanzi

  • Isiwasho esinamandla kakhulu esithakwe ngeizinduku eziningi Sivula inhlanhla yomsebenzi, thando, ugazi, imali Sihlambulula amathunzi amnyama avala izinto zakho zingkhanyi Unzoimanga uqobo lesiwasho Umavula zonke, siyahlambulula amathunzi bese siyakhanyisa Sivula iminyango ekukhiphela empumelelweni Imali iyakulandela kunjalo nenhlanhla Faka imali emhlophe amashumi 5 bese uyasikhulela ujule
  • Pink Water Isiwasho Sothando Sivula inhlanhla yothando neyemsebenzi Sivula nogazi uthandeke kubantu nakumuntu wakho Okuhle kuyakulandela lapho uhamba khona Sinobheka mina, lapho uhamba khona utanconywa kuphendukwa nawe Sivula neminyango evaliwe abathakathi ukuthi ungaphumeleli empilweni Sikhulumise usho konke kwenzeke empilweni.
  • Susa Isichitho sezinduna Umzimba olumayo Ukhuphe, ukugqunqa ubusweni
  • Susa isinyama esivala izinto zakho zingakhanyi Uhlushwa isilwane  ebusuku silala nawe uvuke umanzi Shaya lesilwane esikucindezelayo ebusuku njalo Akusahambi kahle nasempilweni izinto zimnyama Nasothandweni akulungi, re;ationships awa-last ngoba ulala isilwane, izinto zakho zimnyama
  • Uba nolimi olushelelayo uma ukuluma nabantu.
  • Amafutha adonsa inhlanhla yemali Imali Iyakuthanda iyakulandela
  •   amafutha adonsa inhlanhla Akwenza uthandeke ube nogazi kubantu nakumuntu wakho Inhlanhla uma ngumuntu othanda ukugembula.
  • Siyphindisela kuzitha zakho esikugadlayo Induku zabo zijika zishaye bona abathakathi nabangani ababi. Awubizi lamuntu, kodwa uphindisela okubi emuva kubanikazi Sishaya bonke abukuphahlela amanzi amnyama ebusuku IZitha zakho ziphumela obala zigadlane zodwa Zishaya bonke abakucindezelayo ukuthi ungaphumeli empilweni.
  • Qeda ukhuphe nephunga elibi emzimbeni Umzimba olumayo Izinduna Ezimbi Ezivela esikhaleni Ukugqungqa komzimba
  • Phindisela emuva kubanikazi Shaya Izitha zakho Ziyahlakazeka zixabane zodwa Geza ukhulume ungabizi gama lamuntu
  • Ikuxhumanisa nedlozi lakho Cacisa amaphupho akho Iyishlambululo.
  • Hlambulula isithunywa nedlozi lakho Susa Isidina nesinyama esival izinto zakho. Qeda umzimba olumayo. Yenza isikhumba sakho sibe sihle siqhakaze.

Title

Go to Top